Thokoza,
uDokotela uMkhize wabuzwa imibuzo mayelana nezingane ezingamawele nokuthi kufanele zikhuliswe kanjani ngokosiko lwesintu. Kulenkulumo eqoshiwe uzochaza ukubaluleka kwamadlozi kanye nencazelo ngokuzalwa kwamawele nokuthi kufanele uwaphathe futhi uwakhulise kanjani uma kwenzeka ubusiswa ngawo. Okokugcina, uDokotela uMkhize uzochaza ukuthi kumele kwenzeke kanjani uma owesifazane ekhulelwa ngemuva kokuthi amalobola asekhokhiwe futhi nomembeso sewenziwe.
Create your
podcast in
minutes
It is Free