Sike saba nengxoxo ekhethekile nomculi u-Des Lash Shongwe ngodaba lwakhe oluthinta ibandla le-illuminate.
wajoyina lelibandla ngethemba lokuthi uzothola udumo, imali kanye nesasasa eledlulele kwezomculo. Kodwa agcine kuthiwa
akakwenze ukuze athole konke loko, kumugxumise uhafu njengoba besekufuneka enze umhlabelo wegazi ngomama wakhe kanye nomntwana wakhe.
#Amazwi okuqala usuku : Paul Nzimande
#Vukaqonde kabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu no Thandiwe Gumede :Ngabe imvula enjani ebizwa nge acid rain?
#Amazwiokuqala usuku :no Paul Nzimande
#Ukhozifmvabs: sikhuluma nongqongqoshe wama Phoyisa mnu-Senzo Mchunu
#Ukhozifmvabs :Interview: Umnuz Mlungisi Majazi Maseko wase Mooiplaas eMpumalanga usethathe imali yakhe elinganiselwa ku R1.3 million wafakela umphakathi wangakubo amanzi. Umnuz Maseko uthi usebenzise ingxenye yemali ayithola kwa Road Accident Fund emva k
#UkhozifmVabs: NgoMqgibelo mhlaka 31 August kuzobe kwedlule unyaka kwashona abantu abangu 76 emva kokusha kwesakhiwo esaziwa nge Usindiso esisenkabeni ye Goli. Abanye babantu abathinteka kulesigameko uMike Ngulube owashonelwa ngu nkosikazi wakhe u Joyce k
#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube
#UkhozifmVabs :Ulwazi lokuzenzela imali njengomuntu Wesifazane
#UkhozifmVabs :Sikhuluma no Ntombenhle Mkhize ongomunye wamalungu afakele i-MK Party isimangalo eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape, lapho belwela khona ukuba le nkantolo ibuyekeze isinqumo sokubakhipha ephalamende. U- Ntombenhle ukhala ngokuthi leliqembu l
#UkhozifmVabs :Umndeni wakwa Msweli Emachobeni eNanda ufuna ubulungiswa kulandela ukuzama ukusocongwa nokudlwengulwa komzukulu uMpendulo Msweli nokusolwa ukuthi kwenziwa ubabomncane wakhe. Lesehlakalo senzeka ngo January kulonyaka kanti uMpendulo wayenemi
#Amazi okuqala usuku :Dr Nelisiwe Zimu
#Ukhozifmvabs: Sikhuluma no Nokukhanya Thembane, usosayensi, lecturer e-Mangosuthu University of Technology.Uhlomule indondo ye Dr Esther Mahlangu Doctoral Fellowship emayelana nezinqolobane zolwazi lwendabuko.
#Ukhozifmvabs: Sikhuluma no Sifanele Goqo umphathi nomsunguli wenkampani Udaba Group .
Amazwi okuqala no Paul Nzimande
#Amazwi : Musa E Zulu
#Ukhozifmvabs:Sikhuluma no Thandi Maruping osebenza emayini yase Stillwater Platinum Mine e-North West. U-Maruping uyingxenye yeqembu lokuqala labesifazane abamukelwa kulemayini ukuyosebenza phansi emgodini kanti usesebenze kulendima iminyaka engu 18.
#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube
#UkhozifmVabs:Njengomsebenzi wasemakhishini uhola malini kanti zinjani izimo osebenza ngaphansi kwazo?
#Vuka uqonde kabanzi ngezobuchepheshe :Vuka Uqonde Kabanzi Ngezobuchwepheshe [DURBAN STUDIO]: Sihalalisela u-Pindile Filtane oseqokwe nabanye besifazane abahlanu abazomela iNingizimu Afrika ohlelweni olubizwa nge Tech Women oluzobe luse Melika ngenyanga e
#Vuka uqondekabanzingezomotho no Gugulethu Xaba Ukusungulwa kwe India South Africa Chamber of Commerce kanye neqhaza elizoyibamba kumnotho wakuleli
Create your
podcast in
minutes
It is Free
Insight Story: Tech Trends Unpacked
Zero-Shot
Fast Forward by Tomorrow Unlocked: Tech past, tech future
Lex Fridman Podcast
Elliot in the Morning