#Ezwenisakhile :Amavolontiya asemaphoyiseni aKwaZulu Natal akhala ngokusalela emuva uma kuqashwa embuthweni, amanye athi sekwedlule iminyaka engaphezi kuka-20 evolontiya. Abanye babo bathi uma beqala kulomkhakha babeholelwa imali engu R2000 ngenyanga. Sik
#Amazwi okuqala usuku :Paul Nzimande
#ukhozifmvabs :Namhlanje sikhuluma no Mnuz Nhlanhla Mthembu onamakhosikazi amabili. U- Mthembu ufisa ukulungisa ubudlelwane bakhe namakhosikazi akhe emva kwezingxabano ezaholela ekutheni uMthembu alale ejele. U-Mthembu uphinde asole amakhosikazi ngokuzama
#Ukhozifmvabs :Halala ku Dr Fezile Mkhize odle isicoco sika Mr Supranational. U-Dr Mkhize ophinde aziwe ngelika Dr Bae ungowase Gamalakhe eKZN kanti futhi ungowokuqala owase Ningizimu Afrika ukusithatha lesicoco. Lomncintiswano ububanjelwe ePoland ngesont
#Ukhozifmvabs :Yvonne Chaka Chaka uzobe ehlonishwa emcimbini obizwa nge Legends and Legacy Ball Africa Awards lapho kuzobe kugujwa iminyaka engu 30 yentando yeningi ozobanjelwa eSandton City eGoli kusasa. Sinenjabulo yokuxoxisana ne Princess of Africa.
#Amazwi okuqala usuku : Musa E Zulu
#Ukhozifmvabs :Ushiye kukhalwa umlilo wequbula kusha izindlu nempahla ezifundazweni zaKwaZulu Natal
#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube
#Amandla Omnotho no Gugulethu Xaba Amabhizinisi omndeni nokubaluleka kwawo
#UkhozifmVabs :Sesituswe kakhulu isenzo sika Scelo Mncube sokuyovakashela ugogo obanakale kwi- video esabalale ezinkundlelni zokuxhumana ehlukunyezwa umzukulu wakhe. U-Scelo utheleke eKapa ngesonto eledlule emva kokusabalala kwale video itshengisa lesihlu
#Amazwi okuqala usuku :Dr Ngogi Mahaye
#Ukhozifmvabs - Ingxoxo no Zamabuya Msibi okuyena ophethe kwi Industry Skills Development ngokwamafilimi e Tourism and Film Authority .
#Ukhozifmvabs- Ezweni Sakhile - Sikhuluma no Thule Mnguni usola lowo owayenguthisha wakhe ngokumqola imali engu R500, 000. Lothisha waphinde wabuya futhi nomngani wakhe owudokotela owaboleka u-R180, 000 ku Thule. Lemali kwaku ingxenye yesamba esatholwa u-
#Ukhozifmvabs: Vuka Uqonde Kabanzi Ngokuguquguquka Kwesimo Sezulu no Thandiwe Gumede.
#Ukhozifmvabs:Amazwi wokuqala no Paul Nzimande
#Ukhozifmvabs : Sikhuluma no Solomon Mthana wase Eastern Cape okhala ngokushintsha kwempilo yakhe emva kokuthi odokotela basesibhedlela i-Settlers benze iphutha ngemiphumela yakhe ye HIV. oDokotela bamtshela ukuthi unegciwane lesandulela ngculazi okwahole
#Ukhozifmvabs: General Jabu Khumalo,Commissioner Uthukela District
#UkhozifmVabs:Ntombikhona Dlamini oyisisulu sebhanoyi la R5 ebelibizwa nge Leftover Currency. Leli bhanoyi ebelizinze eVerulam e-KZN liphahlazeke ngoMsombuluko lapho abantu bebelindele ukuthi bazokhokhelwa izimali zabo kepha bafika amahhovisi ale nkampani
#Amazwi okuqala usuku : Musa E Zulu
#Ukhozifmvabs: Nqobani Mzizi Jorburg City Power Izakhamuzi zase Goli ezisebenzisa ugesi wekhadi sezizokhokha u-R200 ngaphezulu njalo ngenyanga kusukela kulenyanga ka July. Sikhuluma no Nqobani Mzizi ophuma kwa Joburg City
Create your
podcast in
minutes
It is Free
Insight Story: Tech Trends Unpacked
Zero-Shot
Fast Forward by Tomorrow Unlocked: Tech past, tech future
Lex Fridman Podcast
Elliot in the Morning