#Ukhozifmvabs:owesifazane olwela amafa ka mufi obekade esemkhokhele amalobolo kodwa bengaka shadi ngokugcwele. Umufi ubengenayo incwadi yokwaba amafa phecelezi i-will kanti lowesifazane ukhala ngokuthi kumele ahlomule ngoba ubeselotsholiwe kepha abafowabo
#Ukhozifmvabs:I-filimu ekhuluma ngomlando ka Dokotela Joseph Shabalala owayengumsunguli weqembu lesicathamiya i-Ladysmith Black Mambazo iqokwe kuma South African Film and Television Awards, ama SAFTAs. Ngonyaka owedlule le filimu ethi Music is My Life –
#UkhozifmVabs : Emasontweni ambalwa edlule kuqubuke izikhalazo ngendlela iziguli eziphathwa ngakhona esibhedlela iHelen Joseph eGoli kulandela ukusabalala kwe video yesiguli sikhononda ngesimo esingesihle sakulesiyasibhedlela. Lesiguli sasikhala ngokungab
#Ezwenisakhile: Kuyaqhubeka ukusatshasiswa kwabalimi bomoba eNdabayakhe eMpangeni kulandela ukuthi siveze ukuthi bakhokhiswa imali yokukhonzela amasimu kulengosi ngesonto eledlule. Okukamuva ukuthi umama esikhulume naye ngesonto eledlule usephucwe umhlaba
#Amazwi okuqala usuku : DR NELISIWE ZIMU
#Ukhozifmvabs :Ishmael Mnisi, NSFAS Spokesperson, Head of Marketing and Communication,
#Ukhozifmvabs :Sivakashela udaba lokuhlaba isilwane uma kunomcimbi wesintu njengoba sazi ukuthi uSeptember inyanga yamagugu nokuqhakambisa amasiko ethu. Sixoxisana no Sihle Mlaba ongumsunguli wenkampani ebizwa ngokuthi Abahlinzi, lenkampani ezinze eMgungu
#Amazwi okuqala usuku :Scelo Mncube
#Amazwi okuqala usuku : Paul Nzimande
#Vuka Uqonde Kabanzi NgeZomnotho no Gugu Xaba :International Solid Waste Association (ISWA) World Congress 2024
#UkhozifmVabs :Silandela udaba oluthinta izimo abasebenzi basezindaweni zokudlela abasebenza ngaphansi kwazo. Lokhu kulandela ukusabalala kwevideo yomunye walabasebenzi ekhala ngokungalandelwa kwemithetho efanelekile lapho esebenza khona. Le video iholele
#Ezwenisakhile :Namhlanje sibheka udaba olubhekene nabalimi bomoba endaweni yase Ndabayakhe eMpangeni. Labalimi bakhala ngenkosi yendawo efuna bakhokhe u-R25, 500 ukuze baqhubeke nokulima. Omunye walabalimi ongathandanga ukudalula igama lakhe uthi uselime
#Amazwi okuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu
#Vuka uqonde ngokuguquguquka kwesimo sezulu :Thandiwe Gumede El Nino Southern Oscillation ( ENSO) forecast
#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye
#UkhozifmVabs Imibiko emayelana nothisha okungahle baphelelwe imisebenzi ngenxa yokuncishiswa kwesabelo mali soMnyango weZemfundo. Sixoxisana no Elijah Mhlanga okhulumela uMnyango weZemfundo.
#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube
#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye
#Amazwi okuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu
#Ezwenisakhile :Sixoxa no Zandile Mndaweni ongowase Mabedlana oLundi owakhethwa emhlangeni okhala ngokuhlukumezeka emshadweni wakhe. U-Zandile oneminyaka engu 33 usola ubaba wezingane zakhe ngokungamvumeli ukuthi abone izingane zabo ezimbili emva kokuthi
Create your
podcast in
minutes
It is Free
Insight Story: Tech Trends Unpacked
Zero-Shot
Fast Forward by Tomorrow Unlocked: Tech past, tech future
Lex Fridman Podcast
All-In with Chamath, Jason, Sacks & Friedberg