Ezweni Sakhile - NGADLA ILAMBU LE VIMBELA NGADLA IMALI YAKWA SARS, SENGIKHOKHE NGAZE NGAQOTHUKA
Namhlanje sibheka ubugengu obenziwa abantu abantshontsha imali yakwa Sars ngokulutha abantu ngokuthi kukhona imali etholakala kwa Sars.
besikhuluma nowangena kulelogibe kodwa namhlanje uthi useyazisola ukuthi wayenzani, lapho kwalo muntu owamenzisa lomkhonyovu
akasabonwa nangalu khalo.
Create your
podcast in
minutes
It is Free