#Ezwenisakhile :Amavolontiya asemaphoyiseni aKwaZulu Natal akhala ngokusalela emuva uma kuqashwa embuthweni, amanye athi sekwedlule iminyaka engaphezi kuka-20 evolontiya. Abanye babo bathi uma beqala
#Ezwenisakhile :Amavolontiya asemaphoyiseni aKwaZulu Natal akhala ngokusalela emuva uma kuqashwa embuthweni, amanye athi sekwedlule iminyaka engaphezi kuka-20 evolontiya. Abanye babo bathi uma beqala kulomkhakha babeholelwa imali engu R2000 ngenyanga. Sikhuluma nabo namhlanje kodwa abathandanga ukudalulwa amagama abo. Sizamile ukuzwa uhlangothi lwamaphoyisa kusukela ngesonto eledlule kepha abasinikanga muntu esingakhuluma naye. Kanjalo nenyunyana yamaphoyisa esifundazweni ayibuyelanga kuthina.
Create your
podcast in
minutes
It is Free