#Ezweni sakhile :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa emahhovisi ka-RAF yonke l
#Ezweni SAkhile :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road
Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa
emahhovisi ka-RAF yonke leminyaka kwaze kwathi ngonyaka ka 2020 bamtshelwa ukuthi sekunommeli osekuyena ozomela u-Sbusiso
kuloludaba. Ngokuka Cremensia abamazi lommeli futhi akaze bahlangane naye kepha ummeli uthi u-Sbusiso wafika ezocela usizo
emahhovisi akhe eGoli ngonyaka ka 2017. Sikhuluma nomama ka Sbusiso u-Crementia, kanye no mmeli uMnuz Billy Nkonwani bese
sivala ngo Nomkhosi Gumede waka RAF.
Create your
podcast in
minutes
It is Free